Purchase This Book
This is an external link.

Akakhuzeki

Published By - Siyabonga Ndwandwe
Author - Siyabonga Ndwandwe

Book Description


UVuma noTholiwe bayizithandani zeminyaka. Bakholelwa kuMdali kakhulu.Akulalwa kungathandazwanga lapha ekhaya.Okubakhathaza kakhulu ukungamtholi umntwana emva kwemizamo eminingi. Ngesikade bengalindele uyafika umntwana ngomthandazo egumbini lasePhumelelela kumangale abahlengikazi. Igama elithi “Hluphe” ligcina lingundabamlonyeni emphakathini.USindi kanye noNomusa bamangaza abaningi ngokuzwana kwabo endodeni yinye beyizintombi. Bangakhuza othisha esikoleni kepha abazali emakhaya abanezwi eliqinile ezinganeni.rn


Reviews


8.5 Superb Based on 4 reviews
Food Quality
9.0
Service
9.5
Punctuality
6.0
Price
6.0
There are no reviews at the moment! Be the first to review Add Review